Mpiloyakhe BabakaMacekece (@Nkulumkhize61) header
Mpiloyakhe BabakaMacekece (@Nkulumkhize61) profile picture
Joined October 2021
Photo by Mpiloyakhe BabakaMacekece (@Nkulumkhize61)Photo by Mpiloyakhe BabakaMacekece (@Nkulumkhize61)Photo by Mpiloyakhe BabakaMacekece (@Nkulumkhize61)Photo by Mpiloyakhe BabakaMacekece (@Nkulumkhize61)Photo by Mpiloyakhe BabakaMacekece (@Nkulumkhize61)Photo by Mpiloyakhe BabakaMacekece (@Nkulumkhize61)Photo by Mpiloyakhe BabakaMacekece (@Nkulumkhize61)Photo by Mpiloyakhe BabakaMacekece (@Nkulumkhize61)Photo by Mpiloyakhe BabakaMacekece (@Nkulumkhize61)Photo by Mpiloyakhe BabakaMacekece (@Nkulumkhize61)
#Bambelelasiyajika @ukhozifm @Tshatha_Ngobe @Sthandwa_Nzuza Ngijika noMbomvu Ngubane ohamba nge2khala kaKhetha usuka eMphise eyeKranskop. Kusa uMjay ohamba nge39 kaMhlongo ukwadukuza soseshini ihlaligezile inkabi yakhe. Phindo Nene ohamba ngeAkwande kwadukuza soseshini
28
Ngiyakuzwa lokukhuluma koda kuyathimilisa nguye yedwa ofelwa ama computer lomuntu kodwa uzobona ukuthi akudlala eshitshe ukukhuluma Scela izindlu nomtholampilo kwamaphumulo kamambulu kuwadi2 zikhona kwezinye igceme @TuMhlaba1
43
Cha abahambe ngesihle vese balindeni bafuna ukuzwa ngetshe njengenyoni nazi i30 siyamethemba uMkhwanazi ungumzulu uyayizonda nepolitiki ngoba abokufika bagodlwe osopolitiki bakaAnc iningi labo mina nawe ngeke siyobusa kwelikaMgabe 馃槩 馃槶 svotela ukusimamisa abokufika @TuMhlaba1
61
#sigiyangengoma ngithatha abatabami okwagugu ami Bazini Esihle Nongcebo Macekeceke Ngikwamaphumulo kamambulu kasondokhulu isgodi @bingelelam @vusizwe_langa
1
47
akengithi halala kumtakaAunt Zamephi umshana kababa iLethi Ngubane ozobemuliswa nge16 June ephinde ekhehlwe umyeni wakhe Sfiso Dladla okuhle kodwa mzukulukamaphokweni 15 June uSkuta mhlambo uzohambisa amatshali kaNgobese eSese asuka kasondokhulu #KuhleKwethu @Zamamagic
83
Bengithi lomthetho ohlongozwayo uzosiza kuvimbeki lezimvumo zokudilizelwa kwabantu imizi ekuthiwa yakhiwe ngokungemithetho umzekelo kwadukuza izinduna zenkosi zaxova ngezibomu zadla indawo yomlungu inkantolo yasivuna umlungu labhubha , akumele zikhokhe induna ? @qiniso_mbili
91
#KuhleKwethu Zama kuzoba nombondo kaNsunda ubuya kaNgubane eDankop nge27 15 June uSkuta uhambisa amatshali kaNgobese eSese 16 June kuyoba nomemulo kaLethi Ngubane kaMenyezwayo uyophinde ekhehlwe umyeni wakhe Sfiso Dladla ngimenyiwe ngoba ngobukela ngiphuza extreme ngingomi plz
96
#KuhleKwethu maDuma kuzoba nombondo okuwukuphuca kamakoti kaShezi kamaMcimezi intombi zobe zisuka kwadukuza eDankop kaNgubane nge27 April Ngezi16 June kuyoba nomemulo kaLethi Ngubane kaMenyezwayo uyophinde ekhehlwe umyen wakhe Sfiso Dladla ngi2nywe mawakhe @Zamamagic @ukhozi_fm
90
Qanda laseMbo imfundo ibambezela intsha scela uhulumeni evule ikole zokucijana ngamabhizinisi njengoba sibona machina, Pakistan bazikhulisa ngokurana ibhizinisi ezabo ingane thina sidudana ngeskole ekugcineni asiqedeki kwabaningi okunebhizinisi kubo akagxile kulona @ukhozica
115
#SigiyaNgengoma @ladydwabantu #siyayijikalento ngigiya namagugu ami okuyizingane zami Bazini, Esihle, Nongcebo, Macekeceke NgikwaMaphumulo kamambulu kasondokhulu isgodi @mrozawangempel
106
#ezamabandla @ukhozi_fm Khizo sbonga ukuphila noma ingcebo ingekho ekhombekayo kodwa ikhona esekuphefumuleni ngoba sikubonile okubi kepha asikaze sathi ngoba usengigeje ngesibhamu angisukume ngimnake sibazibile sibabonile besfuna ngezimoto senzingathi asiboni asilazi icala syazi
91
Lol wagadla enxebeni Tu kuhle ngoba nguye ozivumele induku 馃槅 kanti uMbalula uphefumula ngenxeba uyaziqinisa ngiyamvuma Mkhaya sinesicelo kuZikalala akake evakashele kwamaphumulo kamambulu kuwadi2 exhumane nomaShangase noma uNgidi ewujombe umkhandlu asnalinic,Rdp @TuMhlaba1
79
Happy birthday kuZama Msomi kasondokhulu umtakamaMhlongo umagcino kwabo Lungelo Mthethwa eDankop oHlange #ukhozifmvabs @ukhozi_fm @DJSgqemeza @mrozawangempel
64
Ongena sihlobo esiphezulu nongenalo iqeqebane lakhe soze waphumelela kumathenda kahulumeni kudla obhululu nezihlobo zezikhulu kumadistrict uma usafisa ukusungula company ngenhloso yamathenda kungcono uyovula itafula uthengise amaluzi eyamathenda ibanga inhliziyembi @TuMhlaba1
1
127
Khizo ezihambe phambili kuleliviki ezamathikithi omdlalo omkhhulu nginethemba kodwa njengomlandeli omkhuuuluuu wokhozi bazongizama ngamathikithi njengenjwayelo end akwenzeki ngingawalandi Kade sawubheka lomdlalo iyogwaza impofu #ezanamuhla @ukhozica
1
161
akulona iqiniso ukuthi kokofa lelinani elishiwo izazi umuntu ungokankulunkulu noma bengavala uxhaso wonke umuntu mehlaselwe ukugula uyaya clinic Uma ethola usehlabekile kuyaphoqa eqale umshwanguzi akekho ofuna ukufa @qiniso_mbili
2
153
#jabulujule nginani Chiliza ngikwaMaphumulo kaMambulu kaSondokhulu isgodi @ladydwabantu @ukhozi_fm
1
133
Mchunu asingafihli ukuhlaselwa kwabalimi kuhambisana nobandlululo abamhlophe basaxhaphaza abansundu sokhumbula basanokubalumisa ngezinja sigcino sebehliswa nezingulume nawe Chunu yabona alukho ubumbano, Bese ngibuze nagcina nibuyele kobona umndeni wakaMkhize eMuden @qiniso_mbili
1
179
#BambelelaSiyajika @Tshatha_Ngobe ngijika noKhetha xulu Zakhele gcwabaza Nathi gcwabaza Ndlovu weveni elimnyama abanikazi bomsebenzi ekranskop
143